Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 14:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Nokho lezi aniyikuzidla kwezetshisayo nakuzo ezidabula inselo: ikamela, nonogwaja, nembila, ngokuba ziyetshisa, zingahlukanisi kodwa inselo; zingcolile kini;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Kepha lezi aniyukuzidla kulezo ezetshisayo nezehlukene izinselo: ikamela, unogwaja, nembila, ngokuba ziyetshisa, azehlukene izinselo; zingcolile kini,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Kodwa aniyikukudla kwezetshisayo, lezidabula izinzipho; njengekamela nonogwaja kanye nesigaxa; ngokuba ziyetshisa, kepha azihlukanisi izinzipho; ngalokho zingcolile kini.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 14:7
10 Referans Kwoze  

Bavuma ukuthi bayamazi uNkulunkulu, kepha bayamphika ngemisebenzi yabo bengabenyanyekayo, nabangalaleliyo, nasemisebenzini yonke emihle kabasizi lutho.


nabanesimo sokumesaba uNkulunkulu, kepha amandla akho bewaphika; labo-ke wobagwema.


Kodwa yilowo owezwa lawa mazwi ami, angawenzi, uyakufaniswa nendoda eyisiwula eyakha indlu yayo phezu kwesihlabathi.


nembila, ngokuba iyetshisa, ingahlukanisi kodwa inselo; ingcolile kini;


zonke ezahlukanisa inselo, nezidabula inselo kabili, nezetshisayo kuzo izilwane, lezo ningazidla.


Ningadla nezilwane ezahlukanisa inselo, ezidabula inselo kabili, ezetshisayo kuzo izilwane.


nengulube, ngokuba iyahlukanisa inselo, ingetshisi kodwa; ingcolile kini; aniyikuyidla inyama yazo, ningathinti izidumbu zazo.


nonogwaja, ngokuba uyetshisa, engahlukanisi kodwa inselo; ungcolile kini;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite