Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 14:25 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 uyakukwenana ngemali, uyisonge imali esandleni sakho, uye endaweni uJehova uNkulunkulu wakho ayakuyikhetha,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

25 uyakukwenana ngemali, uyisonge imali esandleni sakho, uye endaweni uSimakade uNkulunkulu wakho ayoyikhetha.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Kumelwe uyishintshe ibe yimali, ubophe imali esandleni sakho, uye endaweni uJehova uNkulunkulu wakho ayoyikhetha.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 14:25
4 Referans Kwoze  

Uma indlela ikude nawe, ungenamandla okukuthwala, ngokuba ikude kakhulu nawe indawo uJehova uNkulunkulu wakho ayakuyikhetha ukuba alibeke kuyo igama lakhe, lapho uJehova uNkulunkulu wakho ekubusisa,


uthenge ngaleyo mali noma intoni umphefumulo wakho oyithandayo, izinkabi, noma izimvu, noma iwayini, noma uphuzo olunamandla, noma intoni umphefumulo wakho oyifunayo, udle khona phambi kukaJehova uNkulunkulu wakho, wename, wena nabendlu yakho;


Bafika eJerusalema. Wangena ethempelini, waqala ukuxosha abathengisayo nabathengayo ethempelini, wagumbuqela amatafula abashintshelana imali nezihlalo zabathengisa ngamajuba;


Wangena ethempelini, waqala ukuxosha abathengisayo,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite