Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 13:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 onkulunkulu babantu abakuzungezayo, beseduze nawe noma bekude nawe, kusukela kolunye uhlangothi lomhlaba kuze kufike kolunye uhlangothi lomhlaba,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 onkulunkulu babantu abanizungezile, abaseduze nabakude nani, kusukela kolunye uhlangothi lomhlaba kuze kufike kolunye,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Okungukuthi onkulunkulu babantu abakuzungezile, eduze kwakho, noma kude nawe, kusukela komunye umkhawulo womhlaba kuze kufike komunye umkhawulo womhlaba;

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 13:7
7 Referans Kwoze  

“Uma umfowenu, indodana yakho, noma indodakazi yakho, noma umkakho osesifubeni sakho, noma umngane wakho onjengomphefumulo wakho ekuyenga ngasese, ethi: ‘Masiye ukukhonza abanye onkulunkulu ongabaziyo,’ wena nawoyihlo,


awuyikumvumela, ungamlaleli; iso lakho aliyikumhawukela, ungamyeki, ungamfihli,


UJehova wathi kuMose: “Thabatha zonke izinhloko zabantu, uziphanyekele uJehova elangeni, ukuze intukuthelo evuthayo kaJehova ibuye ku-Israyeli.”


Aniyikulandela abanye onkulunkulu, onkulunkulu babantu abanizungezayo


Uma kukubi emehlweni enu ukumkhonza uJehova, khethani namuhla ukuthi ngubani eniyakumkhonza, noma onkulunkulu ababakhonzayo oyihlo besengaphesheya koMfula,* noma onkulunkulu bama-Amori enihlala ezweni lawo; kepha mina nendlu yami siyakumkhonza uJehova.”


Naye wahamba ngezindlela zendlu ka-Ahabi, ngokuba unina wayengomeluleka ukwenza okubi.


Ayesephendula uJeremiya onke amadoda ayekwazi ukuthi omkawo bashisela abanye onkulunkulu impepho nabo bonke abesifazane ababemi khona, ibandla elikhulu, bonke abantu ababehlala ezweni laseGibithe ePhatirosi; bathi:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite