Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 13:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 wobuza, uphenye, ubuzisise; bheka, uma kuyiqiniso, leyo nto iqinisekile ukuthi isinengiso esinjalo senziwe phakathi kwakho,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 uyohlola, uphenyisise, ubuzisise. Bheka, uma kuyiqiniso ukuthi leso sinengiso senziwe phakathi kwenu,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Khona-ke kumelwe ubuze futhi uphenye futhi ubuze ngokukhuthala; futhi bheka, uma kuyiqiniso futhi indaba iqinisekile, isinengiso esinjalo senziwe phakathi kwenu;

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 13:14
10 Referans Kwoze  

besewubikelwa khona, ukuzwe, wokubuzisisa; bheka, uma kuqinisile, leyo nto iqinisekile yokuthi isinengiso esinjalo senziwe kwa-Israyeli,


Icala eliqondene nelunga ungalemukeli, kungekho ofakazi ababili noma abathathu.


Ningahluleli ngokwamehlo, kepha yahlulelani ukwahlulela okulungileyo.”


Uyenza ukwahlulela kwezintandane nokomfelokazi, uyathanda umfokazi ngokumnika ukudla nezingubo.


“ ‘Noma ubani obulala umuntu, umbulali uyakubulawa ngemilomo yawofakazi; kepha ufakazi oyedwa akayikufakazela muntu aze afe.


Abantu abathile abonakeleyo baphumile phakathi kwakho, bahlubukisile abomuzi wabo ngokuthi: ‘Masiye sikhonze abanye onkulunkulu eningabaziyo,’


woshaya nokushaya abantu balowo muzi ngosiko lwenkemba, uwuchithe impela, nakho konke okuphakathi kwawo, nezinkomo zawo, ngosiko lwenkemba.


Ungasho ukuthi incekukazi yakho ingowesifazane omubi, ngokuba kungobuningi bosizi lwami nangokuncokolozwa kwami ngikhulumile kuze kube manje.”


Amadodana ka-Eli ayengabantu ababi; ayengamazi uJehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite