Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 13:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 U-Israyeli wonke uyakuzwa, esabe, angabe esabenza ububi obunjalo njengalobo obuphakathi kwakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Wonke u-Israyeli uyakuzwa, esabe, angaphinde enze ububi obunjengalobo obuphakathi kwenu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Wonke u-Israyeli uyakuzwa lokhu, esabe, angabe esabenza ububi obunjengabo phakathi kwenu.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 13:11
11 Referans Kwoze  

Abaseleyo bayakuzwa, besabe, bangabe besabenza ububi obunjalo phakathi kwakho.


Bonke abantu bayakuzwa, besabe, bangabe besenza ngokuziqhenya.


Abonayo ubasole phambi kwabo bonke, ukuze nabanye besabe.


Lapho isideleli sihlawuliswa, ongenalwazi uyahlakanipha, nalapho ohlakaniphileyo efundiswa, uyathola ukwazi.


Shaya isideleli, ongenalwazi uyakuthola ukuqonda; sola oqondileyo, uyakuqonda ukwazi.


“Uma uyakuzwa ngomunye wemizi yakho uJehova uNkulunkulu wakho akupha wona ukuba wakhe kuwo, kuthiwa:


Onke amadoda omuzi wakubo ayakumkhanda ngamatshe aze afe; kanjalo uyakukhipha ububi phakathi kwakho, wonke u-Israyeli ezwe, esabe.


UMose wayesethi kubantu: “Khumbulani lolu suku eniphume ngalo eGibithe, indlu yobugqila, ngokuba ngesandla esinamandla uJehova unikhiphile kule ndawo: akuyikudliwa sinkwa esivutshelweyo.


“Futhi uyakusho kubantwana bakwa-Israyeli, uthi: ‘Yilowo nalowo wabantwana bakwa-Israyeli, noma owabafokazi abagogobeleyo kwa-Israyeli, onikela ngenzalo yakhe kuMoloki, wobulawa nokubulawa, abantu balelo zwe bamkhande ngamatshe.


UJehova wathi kuMose: “Thabatha zonke izinhloko zabantu, uziphanyekele uJehova elangeni, ukuze intukuthelo evuthayo kaJehova ibuye ku-Israyeli.”


UJoshuwa wayesethi: “Usihlupheleni na? UJehova uzakukuhlupha namuhla.” Bonke abakwa-Israyeli bamkhanda ngamatshe; babashisa ngomlilo, babakhanda ngamatshe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite