Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 11:31 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Ngokuba niyakuwela iJordani, ningene ukulidla izwe uJehova uNkulunkulu wenu aninika lona, nilidle, nihlale kulo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

31 Ngokuba niyakuwela iJordani, ningene ukuba nilidle izwe uSimakade uNkulunkulu wenu aninika lona, niyakulidla, nihlale kulo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

31 Ngoba lizawela iJordani lingene ukulidla ilizwe uJehova uNkulunkulu wenu azalinika lona, njalo lizalidla lihlale kulo.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 11:31
7 Referans Kwoze  

“Dabulani phakathi kwekamu,* niyale abantu, nithi: ‘Zilungiseleni umphako, ngokuba emva kwezinsuku ezintathu niyakuwela leli Jordani, ningene ukuba nilidle izwe uJehova uNkulunkulu wenu aninika lona ukuba nilizuze.’ ”


“Yizwa, Israyeli: Wena uyakuwela iJordani namuhla, ungene udle izizwe ezinkulu nezinamandla kunawe, imizi emikhulu nebiyelwe kuze kube sezulwini,


nidle ifa lezwe, nihlale kulo, ngokuba ngininikile izwe ukuba nilidle.


Niyakugcina ukuzenza zonke izimiso nezahlulelo engizibeka phambi kwenu namuhla.


“Nxa ufikile ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona, ulidle, uhlale kulo, uthi: ‘Ngiyakubeka inkosi phezu kwami njengazo zonke izizwe ezingizungezayo,’


UJehova wamnika-ke u-Israyeli lonke izwe afunga ukubanika lona oyise, balidla, bakha kulo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite