Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 11:28 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 nesiqalekiso, uma ningayilaleli imiyalo kaJehova uNkulunkulu wenu, kepha niphambuka endleleni enginiyala ngayo namuhla, ukulandela abanye onkulunkulu eningabaziyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

28 Isiqalekiso, uma ningayilaleli imiyalo kaSimakade uNkulunkulu wenu, kepha niphambuka endleleni enginiyala ngayo namuhla, bese nilandela abanye onkulunkulu eningabaziyo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

28 Futhi isiqalekiso, uma ningayilaleli imiyalo kaJehova uNkulunkulu wenu, kodwa niphambuka endleleni enginiyala ngayo namuhla ukulandela abanye onkulunkulu eningabazi.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 11:28
10 Referans Kwoze  

Ngokuba bonke abemisebenzi yomthetho baphansi kwesiqalekiso, ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Baqalekisiwe bonke abangemi njalo kukho konke okulotshiweyo encwadini yomthetho ukuba bakwenze.”


“Khona iyakuthi kwabangakwesokhohlo: ‘Dedani kimi nina baqalekisiweyo, niye emlilweni ophakade olungiselwe uSathane nezingelosi zakhe.


Maye komubi! Kuyakuba kubi kuye, ngokuba uyakubuyiselwa izenzo zezandla zakhe.


kepha uma nala, nihlubuka, niyakudliwa yinkemba,” ngokuba umlomo kaJehova ukhulumile.


Isiqalekiso sikaJehova sisendlini yababi, kepha uyabusisa ikhaya labalungileyo.


uma ningacindezeli umfokazi, nentandane, nomfelokazi, ningachithi igazi elingenacala kule ndawo, futhi ningalandeli abanye onkulunkulu ukuba nilimale,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite