Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 10:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Thandani-ke umfokazi, ngokuba naningabafokazi ezweni laseGibithe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 Bathandeni abafokazi, ngokuba nani naningabafokazi eGibhithe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Thandani-ke umfokazi, ngokuba naningabafokazi ezweni laseGibithe.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 10:19
12 Referans Kwoze  

“Awuyikukhathaza umfokazi, ungamcindezeli, ngokuba naningabafokazi ezweni laseGibithe.


Ngakho-ke njengokuba sinethuba, asenze okuhle kubo bonke, kepha ikakhulu kwabendlu yokukholwa.


Abafunyaniswanga yini ababuyela ukumnika uNkulunkulu udumo, kuphela lona wezizwe na?”


Kepha thandani izitha zenu, nenze okuhle, nitsheleke, ningadikibali; nomvuzo wenu uyakuba mkhulu, nibe ngabantwana boPhezukonke, ngokuba umnene yena kwabangabongiyo nababi.


“Unganengwa ngowakwa-Edomi, ngokuba ungumfowenu; awuyikunengwa ngowaseGibithe, ngokuba wawungumfokazi ezweni lakubo.


Kuyakuthi nilahlukanise ngenkatho, libe yifa lenu nelabafokazi abagogobala phakathi kwenu nabazele abantwana phakathi kwenu. Bona bayakuba njengabokuzalwa ekhaya phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli, badle kanye nani ifa phakathi kwezizwe zakwa-Israyeli.


Kuyakuthi esizweni lapho umfokazi egogobele khona, nimnike lapho ifa lakhe, isho iNkosi uJehova.


Abantwana besizukulwane sesithathu abazalwa yibo bayakungena ebandleni likaJehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite