Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDaniyeli 9:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Ngomnyaka wokuqala kaDariyu indodana ka-Ahashiveroshi, wozalo lwamaMede, owabekwa inkosi phezu kombuso wamaKaledi,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Ngonyaka wokuqala kaDariyu indodana ka-Ahashiveroshi, wozalo lwamaMede, owabekwa inkosi phezu kombuso wamaKhaledi,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ngomnyaka wokuqala kaDariyu indodana ka-Ahashiveroshi wesizwe samaMede owabekwa inkosi embusweni wamaKaledi;

Gade chapit la Kopi




UDaniyeli 9:1
9 Referans Kwoze  

“Mina-ke, ngomnyaka wokuqala kaDariyu umMede, ngema ukumqinisa ukuba abe namandla.


UDariyu umMede wamukela umbuso eneminyaka engamashumi ayisithupha nambili.


UDaniyeli wayekhona kwaze kwaba ngumnyaka wokuqala kaKoresi inkosi.


UDaniyeli wayeseqhubeka ngesineke ekubuseni kukaDariyu, nasekubuseni kukaKoresi umPheresiya.


Ekubuseni kuka-Ahashiveroshi, ekuqaleni kokubusa kwakhe, baloba bamangalela abakhileyo kwaJuda naseJerusalema.


Kwathi emihleni ka-Ahashiveroshi yena ungu-Ahashiveroshi lowo owabusa kusukela e-Indiya kuze kube seKushe phezu kwezifunda eziyikhulu namashumi amabili nesikhombisa


abafana abangenasici, ababukeka kahle, abanengqondo ekuhlakanipheni konke, abanolwazi ekwazini, abanokuqonda ekwazini, abanamandla ukukhonza endlini yenkosi, abafundise izincwadi nolimi lwamaKaledi.


Kwaba kuhle kuDariyu ukubeka phezu kombuso izikhulu eziyikhulu namashumi amabili ebeziyakuba sembusweni wonke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite