Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDaniyeli 7:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Ngasondela komunye wababemi khona, ngabuza kuye iqiniso lakho konke lokhu. Wangitshela, wangazisa incazelo yezindaba.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Ngasondela komunye wababemi lapho, ngabuza kuye iqiniso lakho konke lokhu. Wangitshela, wangazisa incazelo yezindaba.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Ngasondela komunye wababemi khona, ngambuza iqiniso lakho konke lokhu. Kanjalo wangitshela futhi wangazisa incazelo yezinto.

Gade chapit la Kopi




UDaniyeli 7:16
14 Referans Kwoze  

Omunye wamalunga wayesethi kimi: “Ungakhali; bheka, inqobile iNgonyama yesizwe sakwaJuda, iMpande kaDavide, ukuba ivule incwadi nezimpawu zayo eziyisikhombisa.”


Bheka, ingelosi eyayikhuluma nami yayisiphuma, nenye ingelosi yaphuma ukuyihlangabeza,


Umnonjana womlilo wavela, waphuma phambi kwakhe; izinkulungwane zenkulungwane zazimkhonza, nezinkulungwane eziyishumi zezinkulungwane eziyishumi zazimi ngaphambi kwakhe; kwahlala abahluleli, izincwadi zavulwa.


“Usho kanje uJehova Sebawoti, uthi: ‘Uma uhamba ngezindlela zami, ugcine inkonzo yami, uyakwahlulela endlini yami, ugcine namagceke ami; ngiyakukunika ukuba uhambe phakathi kwalaba abemi lapha.


Wangiqondisa, wakhuluma nami, wathi: “Daniyeli, sengiphumile ukukuhlakaniphisa nokukuqondisa.


‘Lezo zilo ezinkulu ezine zingamakhosi amane ayakuvela emhlabeni.


Wayesesondela lapho ngimi khona; lapho esefika, ngashaywa luvalo, ngawa ngobuso bami; kepha wathi kimi: “Qonda, ndodana yomuntu, ngokuba umbono ungowesikhathi sokuphela.”


Ngathi kuyo ingelosi eyayikhuluma nami: “Ziyini lezi?” Yathi kimi: “Lezi ziyizimpondo ezihlakazile oJuda, no-Israyeli, neJerusalema.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite