Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDaniyeli 6:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Base bebuthana labo bongameli nezikhulu enkosini, basho kanje kuyo, bathi: “Mana njalo, nkosi Dariyu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Base bebuthana labo mengameli nezikhulu baya enkosini beyisixuku, basho lokhu kuyo, bathi: “Phila kade, nkosi Dariyu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Laba bongameli nezikhulu babuthana enkosini, bathi kuyo: “Nkosi Dariyu, phila kuze kube phakade!

Gade chapit la Kopi




UDaniyeli 6:6
13 Referans Kwoze  

Ayesekhuluma amaKaledi enkosini ngesi-Aramu, athi: “Mana njalo, nkosi; yisho ezincekwini zakho iphupho, thina sibonise incazelo.”


UDaniyeli wathi enkosini: “Mana njalo, nkosi.


Ngathi enkosini: “Mayime njalo inkosi; ubuso bami bungebiphe ngani, lapho umuzi, indawo yamathuna awobaba, uchithekile namasango awo eshiswe ngomlilo, na?”


Ngenxa yamazwi enkosi nawezinduna zayo kwase kungena inkosikazi endlini yedili; inkosikazi yakhuluma yathi: “Mana njalo, nkosi; imicabango yakho mayingakwesabisi, kungaguquki ukucwebezela kwakho.


Yena esebiziwe, uTertulu waqala ukumbeka icala, ethi: “Lokho ukuthi ngenxa yakho sitholile ukuthula okukhulu nangokubonelela kwakho lesi sizwe senzelwe okuhle okuningi


Ayesebuthana lawo madoda, amfumana uDaniyeli ekhuleka, enxusa kuNkulunkulu wakhe.


Athatha athi kuNebukadinesari inkosi: “Mana njalo, nkosi.


Koze kube nini nisukela umuntu ukuba nimbulale nonke njengodonga olwengemeyo nothango oludilikayo na?


Bayabuthana, baqamekele, baqaphele izinyathelo zami, njengokuba beqamekela umphefumulo wami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite