Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDaniyeli 6:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Inkosi yavuka ekuseni kakhulu, yashesha yaya emphandwini wezingonyama.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 Inkosi yavuka kusempondozankomo, yaphuthuma emphandwini wezingonyama.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Khona-ke inkosi yavuka ekuseni kakhulu yaphuthuma emphandwini wezingonyama.

Gade chapit la Kopi




UDaniyeli 6:19
6 Referans Kwoze  

Ngalokho nami, lapho ngingasenakubekezela, ngathumela ukuba ngiqonde ukukholwa kwenu, ingabe mhlawumbe umlingi unilingile yini, ukukhandleka kwethu kube yize.


angibanga nakuthula emoyeni wami, ngokuba ngingamfumananga uThithu umzalwane wami, kodwa ngavalelisa kubo, ngaya eMakedoniya.


Ekuseni kakhulu ngosuku lokuqala lweviki beza ethuneni ekuphumeni kwelanga.


Kepha ekupheleni kwesabatha ngovivi lolokuqala lweviki kwafika uMariya Magdalena nomunye uMariya, beza ukuyobona iliba.


Inkosi yase iya endlini yayo yobukhosi, yadlulisa ubusuku izila; izinkenezo zokubethwa azilethwanga kuyo, nobuthongo bayibalekela.


Kwathi isisondele emphandwini kuDaniyeli, yamemeza ngezwi elikhalayo; inkosi yakhuluma, yathi kuDaniyeli: “Daniyeli, wena nceku kaNkulunkulu ophilayo, uNkulunkulu wakho omkhonza njalo angakukhulula kuzo izingonyama na?”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite