Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDaniyeli 5:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Manje-ke kungeniswe phambi kwami abahlakaniphileyo nabathwebulayo ukuba bafunde lo mbhalo, bangazise incazelo yawo, kepha behluleka ukubonakalisa incazelo yale ndaba.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Manje-ke kulethwe phambi kwami abahlakaniphileyo nabathwebulayo ukuba bafunde lo mbhalo, bangazise incazelo yawo, kepha behluleka ukungitshela incazelo yale ndaba.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Manje kwalethwa phambi kwami abahlakaniphileyo, nababuka izinkanyezi, ukuba bafunde lo mbhalo, bangazise incazelo yawo, kepha azikwazanga ukusho incazelo yalolu daba.

Gade chapit la Kopi




UDaniyeli 5:15
6 Referans Kwoze  

“Yima manje neziphonso zakho nobuningi bamalumbo akho okhandlekile kukho kwasebusheni bakho; mhlawumbe uyakusizakala, mhlawumbe uyakubanga uvalo.


“Leli phupho ngalibona mina Nebukadinesari; wena Beliteshasari, yisho incazelo, njengokuba bonke abahlakaniphileyo bombuso wami bengazi ukungazisa incazelo; kepha wena ungakwenza, ngokuba umoya wawonkulunkulu abangcwele ukuwe.”


Ngizwile ngawe ukuthi umoya wawonkulunkulu ukuwe nokuthi kufunyenwe kuwe ukukhanya nokuqonda nokuhlakanipha okudluleleyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite