UDaniyeli 4:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE3 Yeka ubuningi bezibonakaliso zakhe, namandla ezimangaliso zakhe! Umbuso wakhe ungumbuso ongunaphakade, nokubusa kwakhe kungokwezizukulwane. Gade chapit laIsiZulu 20203 Maye, zinkulu kangakanani izibonakaliso zakhe! Maye, zinamandla izimangaliso zakhe! Umbuso wakhe ngumbuso ongunaphakade, nokubusa kwakhe kungokwezizukulwane ngezizukulwane. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20243 Yeka ukuthi zinkulu kangakanani izibonakaliso zakhe! zinamandla kangakanani izimangaliso zakhe! umbuso wakhe ungumbuso waphakade, nokubusa kwakhe kungokwezizukulwane ngezizukulwane. Gade chapit la |
UNkulunkulu wake walinga yini ukuhamba eyozithabathela isizwe phakathi kwesinye isizwe ngezilingo, nangezibonakaliso, nangezimangaliso, nangempi, nangesandla esinamandla, nangengalo eyeluliweyo, nangengebhe enkulu njengakho konke uJehova uNkulunkulu wenu anenzela khona eGibithe phambi kwamehlo enu, na?