Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDaniyeli 3:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Khona izikhulu, nababusi, nezinduna, nabahluleli, nabaphathizikhwama, nabomkhandlu, nabameli, nabo bonke abaphathizifunda babuthelwa ukwahlukaniselwa kwesithombe uNebukadinesari inkosi abesimisile, bema phambi kwesithombe uNebukadinesari asimisileyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Khona izikhulu, ababusi, izinduna, abehluleli, abaphathizikhwama, abomkhandlu, abameli, nabo bonke abaphathizifunda baqoqelwa ukwehlukaniselwa kwesithombe uNebukhadinezari, inkosi, abesimisile; bama phambi kwesithombe uNebukhadinezari asimisileyo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Izikhulu, nababusi, nezinduna, nabahluleli, nabaphathi-zimali, nabeluleki, nezinduna, nazo zonke izikhulu zezifunda zabuthana ukungcwelisa isithombe inkosi uNebukadinesari eyayisimisile; bema phambi kwesithombe uNebukadinesari ayesimisile.

Gade chapit la Kopi




UDaniyeli 3:3
11 Referans Kwoze  

ngokuba uNkulunkulu ukufakile ezinhliziyweni zazo ukuba zenze umqondo wakhe, ziwenze umqondo munye, zinike isilo umbuso wazo, aze agcwaliseke amazwi kaNkulunkulu.


Lawo anomqondo munye, anika isilo amandla nokubusa kwawo.


akakho oqondayo, akakho ofuna uNkulunkulu;


UNebukadinesari inkosi wayesethumela ukubutha izikhulu, nababusi, nezinduna, nabahluleli, nabaphathizikhwama, nabomkhandlu, nabameli, nabo bonke abaphathizifunda ukuba beze ekwahlukaniselweni kwesithombe uNebukadinesari inkosi asimisileyo.


Kwase kumemeza ummemezeli ngamandla, wathi: “We nina bantu nezizwe, nezilimi, niyayalwa


Izikhulu, nababusi, nezinduna, nabomkhandlu wenkosi babuthana, babona lawo madoda ukuthi umlilo awubanga namandla emizimbeni yawo, kungahamukanga lunwele olulodwa emakhanda awo, engaguqukanga amayembe awo, lingasondelanga kuwo nephunga lomlilo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite