Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDaniyeli 2:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Abuye aphendula, athi: “Inkosi mayisho iphupho ezincekwini zayo, thina sibonise incazelo.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Abuye aphendula, athi: “Inkosi mayisho iphupho ezincekwini zayo, thina silichaze.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Base bephendula futhi, bathi: “Inkosi mayitshele izinceku zayo iphupho, thina siyakwazisa incazelo yalo.”

Gade chapit la Kopi




UDaniyeli 2:7
5 Referans Kwoze  

Ayesekhuluma amaKaledi enkosini ngesi-Aramu, athi: “Mana njalo, nkosi; yisho ezincekwini zakho iphupho, thina sibonise incazelo.”


lokuthi uma ningangazisi iphupho, umthetho munye nje ngani, ngokuba nilungisile amazwi amanga nawonakeleyo okukhuluma phambi kwami, kuze kuguquke isikhathi: ngalokho ngitsheleni iphupho, ngize ngazi ukuthi ningangibonisa incazelo yalo.”


Uma umoya wombusi ukuvukela, ungashiyi indawo yakho, ngokuba ukubekezela kuvimba izono ezinkulu.


Inkosi-ke yaphendula yathi: “Ngiyazi impela ukuthi niyazenzela isikhathi, ngokuba nibona ukuthi izwi liphumile kimi


Zase zifika izanusi, nabathwebulayo, namaKaledi, nabahlola imihlola, ngabatshela iphupho, kepha abangazisanga incazelo yalo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite