Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDaniyeli 2:40 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 Umbuso wesine uyakuqina njengensimbi, ngokuba insimbi ichoboza, igxobe konke; nanjengensimbi ekwaphula konke lokhu, uyakugxoba, waphule.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

40 Umbuso wesine uyakuqina njengensimbi, ngokuba insimbi ichoboza, igxobe konke; nanjengensimbi ekwaphula konke lokhu, uyakugxoba, waphule.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

40 Umbuso wesine uyakuba namandla njengensimbi, ngokuba insimbi iphahlaza, ithobe konke; futhi njengensimbi ewuqhekeza wonke, uyophuka futhi uphahlaze.

Gade chapit la Kopi




UDaniyeli 2:40
12 Referans Kwoze  

“Emva kwalokho ngabona emibonweni ebusuku; bheka, isilo sesine, esesabekayo, sinamandla, siqinile kakhulu; sasinamazinyo amakhulu ensimbi, sadla, saphula, sanyathela okuseleyo ngezinyawo zaso; sahlukile kuzo zonke izilo ezazingaphambi kwaso; sasinezimpondo eziyishumi.


uma simyeka njalo, bazakukholwa nguye bonke; amaRoma ayakufika, asamuke indawo nesizwe.”


Usho kanje uJehova, uthi: “Ngenxa yeziphambeko ezintathu zaseDamaseku, yebo, ngenxa yezine, angiyikuguquka, ngokuba babhula iGileyadi ngezibhulo ezibukhali zensimbi.


Emva kwalawo masonto angamashumi ayisithupha nambili ogcotshiweyo uyakunqunywa angabi namuntu; umuzi nendlu engcwele kuyakuchithwa ngabantu bombusi ozayo, ukuphela kwakho kube sesikhukhuleni, kube ngukulwa kuze kube sekugcineni; incithakalo inqunyiwe.


Iyakuba namandla amakhulu, ingenamandla eyokuqala kodwa; iyakuchitha ngokumangalisayo, iphumelele ukukwenza; iyakuchitha abanamandla nabantu abangcwele.


imilenze yaso iyinsimbi, izinyawo zaso inxenye yinsimbi, inxenye yibumba.


“Umuntu angaphula insimbi yini, insimbi yasenyakatho, nethusi, na?


Uyangilimaza ngesiphepho; uyandisa amanxeba ami ngeze.


“Emva kwakho kuyakuvuka omunye umbuso omncane kunawe, nomunye umbuso wesithathu wethusi oyakubusa emhlabeni wonke.


Njengalokho wabona izinyawo nezinzwani, inxenye iyibumba lombumbi, inxenye insimbi, uyakuba ngumbuso owahlukeneyo; kepha kuyakuba kuwo amandla ensimbi, njengokuba wabona insimbi ixubene nebumba lodaka.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite