UDaniyeli 11:45 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE45 Iyakumisa itende lendlu yayo yobukhosi phakathi kolwandle nentaba enhle engcwele; kepha iya nokho ekupheleni kwayo, akakho ongayisiza. Gade chapit laIsiZulu 202045 Iyakumisa ithende lendlu yayo yobukhosi phakathi kolwandle nentaba enhle engcwele, kepha ilibhekise esiphethweni sayo, akakho ongayisiza.” Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202445 Iyakutshala izindlwana zendlu yayo phakathi kolwandle entabeni engcwele yenkazimulo; nokho iyofika ekupheleni kwayo, futhi akekho oyoyisiza. Gade chapit la |
Bayakuletha bonke abafowenu bebakhipha ezizweni zonke ngamahhashi, nangezinqola, nangezinhlaka, nangeminyuzi,* nangamakamela, babe ngumnikelo kaJehova, beze entabeni yami engcwele eJerusalema,” usho uJehova, “njengalokhu abantwana bakwa-Israyeli bewuletha umnikelo wabo ngesitsha esihlambulukileyo endlini kaJehova.