Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDaniyeli 11:44 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

44 Iyakwethuswa yimibiko evela empumalanga nasenyakatho; iyakuphuma ngokufutheka okukhulu ukuchitha nokubhubhisa abaningi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

44 Iyakwethuswa yimibiko evela empumalanga nasenyakatho; iyakuphuma ngokufutheka okukhulu ukwenzakalisa nokubhubhisa abaningi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

44 Kodwa izindaba ezivela empumalanga nasenyakatho ziyomethusa; ngakho-ke iyohamba ngokufutheka okukhulu ukuze ibhubhise abaningi futhi ishaye ngesiqalekiso.

Gade chapit la Kopi




UDaniyeli 11:44
8 Referans Kwoze  

Lawo anomqondo munye, anika isilo amandla nokubusa kwawo.


Eyesithupha yathululela isitsha sayo emfuleni omkhulu u-Ewufrathe; kwase kusha amanzi awo, ukuze indlela ilungiselwe amakhosi avela empumalanga.


Imikhumbi yaseKitimi iyakuyisukela; bese idabuka, ibuye ithukuthelele isivumelwano esingcwele, ifeze; iyakubuya, inake abasishiyile isivumelwano esingcwele.


“Inkosi yaseningizimu iyakubaba, iphume, ilwe nenkosi yasenyakatho; iyakuveza isixuku esikhulu, isixuku sinikelwe esandleni sayo.


Iyakubusa phezu kwengcebo yegolide nesiliva, naphezu kwakho konke okuthandiweyo kwaseGibithe; amaLubi namaKushe ayakuba sezinyathelweni zayo.


Iyakumisa itende lendlu yayo yobukhosi phakathi kolwandle nentaba enhle engcwele; kepha iya nokho ekupheleni kwayo, akakho ongayisiza.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite