Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDaniyeli 11:28 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Bese ibuyela ezweni lakubo inempahla enkulu, inhliziyo yayo imelane nesivumelwano esingcwele; isikwenzile iyakubuyela ezweni lakubo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

28 Bese ibuyela ezweni lakubo inempahla eningi, inhliziyo yayo imelane nesivumelwano esingcwele; isikwenzile lokho, iyakubuyela ezweni lakubo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

28 Iyakubuyela ezweni layo nengcebo enkulu; futhi inhliziyo yakhe iyomelana nesivumelwano esingcwele; futhi iyokwenza izenzo futhi ibuyele ezweni layo.

Gade chapit la Kopi




UDaniyeli 11:28
7 Referans Kwoze  

Nina ningamadodana abaprofethi nawesivumelwano uNkulunkulu asenzayo nawoyihlo, ethi ku-Abrahama: ‘Ngenzalo yakho iyakubusiswa imindeni yonke yomhlaba.’


Ngengalo yesifufula bayakukhukhulwa ebusweni bakhe, babhujiswe, yebo, nesikhulu sesivumelwano.


Iyakuba namandla amakhulu, ingenamandla eyokuqala kodwa; iyakuchitha ngokumangalisayo, iphumelele ukukwenza; iyakuchitha abanamandla nabantu abangcwele.


Amakhosi-ke omabili, izinhliziyo zawo ziyakuba ngezokwenza okubi; ayakukhuluma amanga esetafuleni linye, kepha akuyikuphumelela, ngokuba ukuphela kusezakuba sesikhathini esimisiweyo.


“Ngesikhathi esinqunyiweyo iyakubuya, iye eningizimu; kepha akuyikuba sekugcineni njengasekuqaleni.


Kwabekwa impi yokulwa kanye nomnikelo oshiswa imihla yonke ngesiphambeko: lwaphonsa phansi iqiniso, lwenza njengentando yalo, lwaba nempumelelo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite