Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDaniyeli 11:26 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Abadla ukudla kwayo okumnandi bayakuyibhubhisa, impi yayo ikhukhulwe; abaningi bayakuwa phansi begwaziwe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

26 Abadla ukudla kwayo okumnandi bayakuyibhubhisa, impi yayo ikhukhulwe; abaningi bayakuwa phansi begwaziwe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Yebo, labo abadla isabelo sokudla kwakhe bayoyibhubhisa, futhi impi yayo iyokhukhulwa, futhi abaningi bayowa bebulewe.

Gade chapit la Kopi




UDaniyeli 11:26
11 Referans Kwoze  

Amadodana ayo ayakuhloma, abuthe isixuku sezimpi eziningi; ziyakufika nokufika, zikhukhule, zidlule; ziyakubuya, zilwe kuze kube senqabeni yayo.


“Angikhulumi ngani nonke; ngiyabazi engibakhethileyo; kodwa nga kugcwaliseka umbhalo othi: “ ‘Odla isinkwa sami ungiphakamisele isithende sakhe.’


Wathi kubo: “Ngomunye wabayishumi nambili, okha kanye nami esitsheni.


Kepha waphendula wathi: “Ofake isandla kanye nami esitsheni nguyena ozakungikhaphela.


“Ngesikhathi sokuphela inkosi yaseningizimu iyakuqhubukushana nayo; inkosi yasenyakatho isiyakuvunguzela yona ngezinqola, nangabamahhashi, nangemikhumbi eminingi, ingene emazweni amaningi, ikhukhule, idlule.


Ngengalo yesifufula bayakukhukhulwa ebusweni bakhe, babhujiswe, yebo, nesikhulu sesivumelwano.


Yebo, nomhlobo wami ebengimethemba, obedla isinkwa sami, ungiphakamisele isithende sakhe.


Wayesesuka ku-Elisha, weza enkosini yakhe; yathi kuye: “Utheni kuwe na?” Wathi: “Uthe kimi uyakusinda nokusinda.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite