Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDaniyeli 11:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Useyakubuphendulela ubuso bakhe ezinqabeni zezwe lakubo, kepha uyakukhubeka, awe, angabe esafunyanwa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 Uyakuphendulela ubuso bakhe ezinqabeni zezwe lakubo, kepha uyakukhubeka, awe, angabe esafunyanwa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Khona-ke uyophendulela ubuso bakhe enqabeni yezwe lakhe, kodwa uyokhubeka awe, angatholakali.

Gade chapit la Kopi




UDaniyeli 11:19
9 Referans Kwoze  

Ngiyakukwenza incithakalo, ungabe usabakho; uyakufunwa, kepha awusayikufunyanwa kuze kube phakade, isho iNkosi uJehova.”


kwathi lapho umuntu edlula, bheka, wayengasekho; ngamfuna, kepha akabe esafunyanwa.


“Onejubane makangabaleki naye, kungaphunyuki neqhawe; ngasenyakatho eceleni komfula u-Ewufrathe bayakhubeka, bawe.


Ekusondeleni kwababi ukuba badle inyama yami abamelene nami nezitha zami bayakhubeka, bawe.


Uyakundiza njengephupho, angabe esafunyanwa; uyakuxoshwa njengombono wasebusuku.


Umhlaba uyatengezela nokutengezela njengesidakwa, uyantengantenga njengexhiba; isiphambeko siyakuba nzima phezu kwawo, uwe, ungabe usavuka futhi.


“Kepha ehlumeleni lezimpande zayo kuyakuvela omunye esikhundleni sayo oyakuya empini, angene enqabeni yenkosi yasenyakatho, amelane nabo, ahlule.


Uyaphahlaza abanamandla, kungahlolwanga, amise abanye ezikhundleni zabo.


Ngambona omubi oyisidlova ezenabisile njengomuthi oluhlaza ogxilileyo;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite