Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDaniyeli 11:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Amadodana ayo ayakuhloma, abuthe isixuku sezimpi eziningi; ziyakufika nokufika, zikhukhule, zidlule; ziyakubuya, zilwe kuze kube senqabeni yayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Amadodana ayo ayakuhloma, abuthe isixuku sezimpi eziningi; ziyakufika nokufika, zikhukhule, zidlule; ziyakubuya, zilwe kuze kube senqabeni yayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Kodwa amadodana akhe ayovuswa futhi abuthele ndawonye isixuku samabutho amakhulu; omunye ngokuqinisekile uyofika futhi akhukhule akhukhule; khona-ke uyobuya futhi afike enqabeni yakhe ematasa.

Gade chapit la Kopi




UDaniyeli 11:10
10 Referans Kwoze  

“Kepha ehlumeleni lezimpande zayo kuyakuvela omunye esikhundleni sayo oyakuya empini, angene enqabeni yenkosi yasenyakatho, amelane nabo, ahlule.


Emva kwalawo masonto angamashumi ayisithupha nambili ogcotshiweyo uyakunqunywa angabi namuntu; umuzi nendlu engcwele kuyakuchithwa ngabantu bombusi ozayo, ukuphela kwakho kube sesikhukhuleni, kube ngukulwa kuze kube sekugcineni; incithakalo inqunyiwe.


Ulwandle lukhuphukele iBabele, lisibekelwe ngamaza alo ahlokomayo.


Abadla ukudla kwayo okumnandi bayakuyibhubhisa, impi yayo ikhukhulwe; abaningi bayakuwa phansi begwaziwe.


Ngengalo yesifufula bayakukhukhulwa ebusweni bakhe, babhujiswe, yebo, nesikhulu sesivumelwano.


Izinqaba eziphakemeyo zezingange zakho uyakuzibhidliza, azithobise, azenze ukuba zithintane nomhlabathi nothuli.


Kepha yona iyakungena embusweni wenkosi yaseningizimu, kodwa iyakubuyela ezweni lakubo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite