Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDaniyeli 10:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Mina, Daniyeli, kuphela ngawubona umbono, ngokuba abantu ababe nami abawubonanga umbono, kepha behlelwa ngukuthuthumela okukhulu, babaleka ukuba bacashe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Mina, Daniyeli, yimi ngedwa engawubona umbono, ngokuba abantu ababenami abawubonanga, kepha behlelwa ngukuthuthumela okukhulu, babaleka bayocasha.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Mina, Daniyeli, ngawubona ngedwa umbono lowo, ngokuba abantu ababe nami abawubonanga umbono; kodwa ukuthuthumela okukhulu kwehlela phezu kwabo, baze babaleka ukuze bacatshe.

Gade chapit la Kopi




UDaniyeli 10:7
8 Referans Kwoze  

Kepha amadoda ayehamba naye ayemi engenakukhuluma, ngokuba ezwa izwi kodwa ayengaboni muntu.


Kepha labo ababe nami bakubona ukukhanya, kodwa izwi lowakhuluma nami abalizwanga.


Wathi: “Ngizwe izwi lakho ensimini, ngesaba ngokuba ngihamba ze; ngalokho ngacasha.”


yebo, umbono wesabeka kangaka, waze wathi uMose: “Nginovalo olukhulu, ngiyathuthumela,”


Ngena edwaleni, ucashe othulini ngokwesabeka kukaJehova nangodumo lobukhosi bakhe.


“Ndodana yomuntu, yidla isinkwa sakho ngokuqhaqhazela, uphuze amanzi akho ngokuthuthumela nangokwesaba,


Ukhona ongacasha ezindaweni ezisithekileyo ukuze ngingamboni na?” usho uJehova. “Angithi ngiyagcwalisa izulu nomhlaba na?” usho uJehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite