Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDaniyeli 10:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Esekhulumile kimi lawo mazwi, ngabhekisa ubuso bami phansi, ngathula.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Esewakhulumile kimi lawo mazwi, ngabhekisa ubuso bami phansi, ngathula.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Lapho ekhuluma lawo mazwi kimi, ngabhekisa ubuso bami phansi, ngaba yisimungulu.

Gade chapit la Kopi




UDaniyeli 10:15
6 Referans Kwoze  

Bheka-ke, uzakuba yisimungulu, ungakwazi ukukhuluma kuze kube lusuku okwenzeka ngalo lokhu, ngokuba ungakholwanga ngamazwi ami azakugcwaliseka ngesikhathi sawo.”


Ngalolo suku umlomo wakho uyakuvulwa kobalekileyo; wena uyakukhuluma, ungabe usaba yisimungulu; uyakuba yisibonakaliso kubo, bazi ukuthi nginguJehova.”


Ngase ngizwa izwi lamazwi akhe; lapho ngezwa izwi lamazwi akhe, ngase ngilele ubuthongo obukhulu, ubuso bami bubheke phansi.


Esakhuluma nami, ngalala ubuthongo obukhulu, ubuso bami bubheke phansi; kepha wangithinta, wangimisa lapho kade ngimi khona.


Isandla sikaJehova sasiphezu kwami kusihlwa, engakafiki ophunyukileyo, kepha wavula umlomo wami engakafiki kimi ekuseni; wavulwa umlomo wami, angabe ngisaba yisimungulu.


Ngiyakunamathelisa ulimi lwakho olwangeni lwakho ukuba ube yisimungulu, ungabi ngumuntu obayalayo, ngokuba bayindlu ehlubukayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite