Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDaniyeli 10:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Bheka-ke, kwangithinta isandla, sangimisa ukuba ngitotobe ngamadolo ami nangezintende zezandla zami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Ngathintwa yisandla, sanginyakazisa ukuba ngigaqe ngamadolo ami nangezintende zezandla zami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Bheka, kwangithinta isandla, sangimisa emadolweni ami nasezintendeni zezandla zami;

Gade chapit la Kopi




UDaniyeli 10:10
6 Referans Kwoze  

Ngathi ukumbona, ngawa ngasezinyaweni zakhe njengofileyo; wayesebeka isandla sakhe sokunene phezu kwami, ethi: “Ungesabi; mina ngingowokuqala nowokugcina,


UJehova wayeselula isandla sakhe, wawuthinta umlomo wami; uJehova wathi kimi: “Bheka, ngibekile amazwi ami emlonyeni wakho.


Esakhuluma nami, ngalala ubuthongo obukhulu, ubuso bami bubheke phansi; kepha wangithinta, wangimisa lapho kade ngimi khona.


Wabuye wangithinta obonakala njengomuntu, wangiqinisa.


Bheka, onesimo samadodana abantu wathinta izindebe zami; ngase ngiwuvula umlomo wami, ngakhuluma, ngathi komi phambi kwami: “Nkosi yami, ngenxa yombono imihelo ingehlele, angisenamandla.


yebo, ngisakhuluma ngomkhuleko, lowo muntu uGabriyeli engambona embonweni kuqala, endiziswa ngokushesha, wangithinta ngesikhathi somnikelo wakusihlwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite