Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDaniyeli 1:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 “Ake ulinge izinceku zakho izinsuku eziyishumi, basiphe imifino yokudla namanzi okuphuza.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 “Ake ulinge izinceku zakho izinsuku ezilishumi, basiphe imifino yokudla namanzi okuphuza.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Zivivinye izinceku zakho izinsuku eziyishumi; futhi mabasinike imifino ukuze sidle namanzi ukuba siphuze.

Gade chapit la Kopi




UDaniyeli 1:12
7 Referans Kwoze  

Omunye ukholwa ukuthi angadla konke, kepha obuthakathaka udla imifino.


Inceku yayisisusa isabelo sokudla newayini lokuphuza, yabapha imifino.


Wakuthobisa-ke, wakulambisa, wakupha ukuba udle imana* obungalazi, bebengalazi futhi oyihlo, ukuba akwazise ukuthi umuntu akaphili ngesinkwa sodwa; kepha ngakho konke okuphuma emlonyeni kaJehova, yikho umuntu aphila ngakho.


Ungesabi lokho ozakuhlupheka ngakho. Bheka, uSathane uzakuphonsa abanye kini etilongweni ukuba nilingwe, futhi niyakuhlupheka izinsuku eziyishumi. Thembeka kuze kube sekufeni, ngokunika umqhele wokuphila.


Wayesethi uDaniyeli encekwini, induna yabathenwa ebiyibeke phezu koDaniyeli, noHananiya, noMishayeli, no-Azariya:


Bese bubekwa ubuso bethu phambi kwakho kanye nobuso babafana abadla isabelo sokudla kwenkosi, wenze ezincekwini zakho njengokubona kwakho.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite