Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsiHlabelelo seziHlabelelo 7:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Woza wena othandiweyo wami, siye endle, silale emizaneni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Woza, wena othandiweyo wami, siye endle, silale emizaneni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Woza, sithandwa sami, siphumele endle; asihlale emadolobheni.

Gade chapit la Kopi




IsiHlabelelo seziHlabelelo 7:11
7 Referans Kwoze  

Woza umuke nami eLebanoni, makoti wami, umuke nami eLebanoni, wehle esiqongweni sase-Amana, nasesiqongweni saseSeniri naseHermoni, simuke emihumeni yezingonyama, nasezintabeni zezingwe.


Ngidonse emva kwakho, sigijime; inkosi isingingenisile emakamelweni ayo. Siyakujabula, sithokoze ngawe, sikhulume ngothando lwakho kunewayini. Kufanele ukuba bakuthande.


Mina ngingowothandiweyo wami, uyanginxanela.


Masivuke ekuseni, siye ezivinini, sibone uma umvini uqhakazile, nezimbali zawo uma zivulekile, namapomegranati* uma ekhahlele. Lapho ngiyakukunika uthando lwami.


Indodakazi yaseTire, yebo, nabacebileyo babantu bancenga umusa wakho ngesipho.


Othandiweyo wami ungowami, mina ngingowakhe; uyalusa phakathi kweminduze.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite