Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsiHlabelelo seziHlabelelo 7:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Mina ngingowothandiweyo wami, uyanginxanela.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Mina ngingowothandiweyo wami, naye uyangilangazelela.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Mina ngingowothandiweyo wami, futhi ukufisa kwakhe kukimi.

Gade chapit la Kopi




IsiHlabelelo seziHlabelelo 7:10
12 Referans Kwoze  

yikhona inkosi izakubuthanda ubuhle bakho, ngokuba yona iyinkosi yakho, woyikhothamela.


Mina ngingowothandiweyo wami, nothandiweyo wami ungowami, lapho alusa phakathi kweminduze.


Othandiweyo wami ungowami, mina ngingowakhe; uyalusa phakathi kweminduze.


akuseyimi ophilayo, kepha uKristu uphila kimi; kodwa ukuphila engikuphilayo kalokhu enyameni ngikuphila ngokukholwa, okungukukholwa yiNdodana kaNkulunkulu eyangithandayo, yazinikela ngenxa yami.


“Baba, ngithanda ukuba labo ongiphe bona nabo babe khona nami lapha ngikhona, ukuze babone inkazimulo yami ongiphe yona; ngokuba wangithanda, kungakasekelwa izwe.


UJehova uyathokoza ngabamesabayo, abathemba umusa wakhe.


Ubuyakubiza, mina ngiphendule; ubuyakulangazelela umsebenzi wezandla zakho,


Ngokuba ngalobu busuku bekumi ngakimi ingelosi kaNkulunkulu engingowakhe nengimkhonzayo,


Woza wena othandiweyo wami, siye endle, silale emizaneni.


“Ndodana yomuntu, bheka, ngiyasusa okunxanelekayo emehlweni akho ngesishayo, kepha awuyikudabuka, awuyikukhala, nezinyembezi aziyikwehla.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite