Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsiHlabelelo seziHlabelelo 4:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Umuhle wonke, sithandwa sami, akukho sisihla kuwe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Umuhle ngokuphelele sithandwa sami, akukho sici kuwe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Umuhle wonke, sithandwa sami; akukho ndawo kuwe.

Gade chapit la Kopi




IsiHlabelelo seziHlabelelo 4:7
12 Referans Kwoze  

Bheka, umuhle, sithandwa sami! Bheka, umuhle! Unamehlo amajuba.


Kepha kuyena onamandla okunilinda ukuba ningakhubeki, nimiswe phambi kwenkazimulo yakhe ningenasici, ninokuthokoza okukhulu,


nokho manje usebuyisene nani emzimbeni wenyama yayo ngokufa ukuba animise ningcwele, ningenasisihla nacala phambi kwakhe,


Bheka, umuhle, sithandwa sami! Bheka, umuhle! Unamehlo amajuba emva kwemvakazi yakho; izinwele zakho zinjengomhlambi wezimbuzi owehla entabeni yakwaGileyadi.


Ngakho, bathandekayo, lokhu nibheka lezo zinto, khuthalelani ukuba nifunyanwe ninokuthula, ningenabala, ningenacala kuye,


Indodakazi yenkosi inhle kakhulu, ilapho phakathi; ingubo yayo yalukiwe ngegolide.


Umlomo wakhe umnandi, uyanxaneleka wonke; yilowo ongothandiweyo wami, yilowo ongumngane wami, nina madodakazi aseJerusalema.


yikhona inkosi izakubuthanda ubuhle bakho, ngokuba yona iyinkosi yakho, woyikhothamela.


“Mahle kangaka amatende akho, Jakobe, namatabernakele* akho, Israyeli.


Ngabona umuzi ongcwele, iJerusalema elisha, wehla uvela ezulwini kuNkulunkulu, ulungisiwe njengomlobokazi ohlotshiselwe umyeni wakhe.


Bengilele, kepha inhliziyo yami ibiphapheme; kuyizwi lothandiweyo wami elingqongqotha lithi: “Ngivulele, dadewethu, sithandwa sami, juba lami, opheleleyo wami, ngokuba ikhanda lami ligcwele amazolo, nesihluthu sami amaconsi asebusuku.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite