Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsiHlabelelo seziHlabelelo 4:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Amabele akho amabili anjengezixhumu ezimbili ezingamawele ensephe, ezidla phakathi kweminduze.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Amabele akho amabili anjengamazinyane, izixhumo zendluzelakazi ezingamaphahla, ziklabe phakathi kweminduze.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Amabele akho amabili anjengamazinyane embuzi amabili angamawele aklabile phakathi kweminduze.

Gade chapit la Kopi




IsiHlabelelo seziHlabelelo 4:5
12 Referans Kwoze  

Amabele akho amabili anjengezixhumu ezimbili ezingamawele ensephe.


Mina ngingowothandiweyo wami, nothandiweyo wami ungowami, lapho alusa phakathi kweminduze.


Othandiweyo wami ungowami, mina ngingowakhe; uyalusa phakathi kweminduze.


njengezingane ezisand' ukuzalwa langazelelani ubisi olungokomoya olungenakonakala, ukuze nikhule ngalo kube ngukusindiswa,


Ngilugange, namabele ami anjengemibhoshongo; khona ngaba semehlweni akhe njengofumene ukuthula.


Uyindluzelekazi ethandayo negogokazi elihle; amabele akhe mawakudelise ngesikhathi sonke, weqiwe njalo luthando lwakhe.


Sengathi nga unjengomfowethu owancela amabele kamame! Uma bengikufumana phandle, bengiyakukwanga ngingadelelwa muntu.


Isimo sakho siyisundu, namabele akho omabili anjengamahlukuzo.


Othandiweyo wami ungumshuqulu wemure* kimi, olele phakathi kwamabele ami.


Othandiweyo wami wehlele ensimini yakhe, ezindimeni zamakha, ukuba aluse ensimini, akhe iminduze.


Intamo yakho injengoMbhoshongo woPhondo lweNdlovu; amehlo akho angamachibi aseHeshiboni ngasesangweni laseBati Rabimi; impumulo yakho injengombhoshongo waseLebanoni obhekene neDamaseku.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite