Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsiHlabelelo seziHlabelelo 1:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Siyakukwenzela izintambo zobuhlalu begolide, namaqhosha esiliva.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Sizokwenzela imigexo yegolide enobuhlalu besiliva.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Siyakukwenzela amarimu egolide anezikhonkwane zesiliva.

Gade chapit la Kopi




IsiHlabelelo seziHlabelelo 1:11
8 Referans Kwoze  

oyakuguqula isimo somzimba wethu wokuthotshiswa, ufane nomzimba wakhe wenkazimulo, ngamandla angazihlelela ngawo konke phansi kwakhe.


Ngokuba uJehova uyathokoza ngabantu bakhe; abathobekileyo uyabahlobisa ngensindiso.


Uma elugange, siyakwakha phezu kwakhe umbhoshongwana wesiliva; uma eyisicabha, siyakumvalela ngamapulangwe omsedari.*


UNkulunkulu wathi: “Masenze abantu ngomfanekiso wethu, basifuze, babuse phezu kwezinhlanzi zolwandle, nezinyoni zezulu, nezinkomo, nomhlaba wonke, nezilwanyana zonke ezinwabuzelayo emhlabeni.”


Izihlathi zakho zinhle kangakanani zinezintambo zobuhlalu, nentamo yakho ineminaka.


Inkosi isahlezi ngasetafuleni layo inadi* lami lathaphuka iphunga lalo.


Ngafaka icici emakhaleni akho, namagenqeza ezindlebeni zakho, nomqhele omuhle ekhanda lakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite