Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Obadiya 1:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 “Bheka, ngiyakukwenza ube mncane phakathi kwabezizwe; udeleleke kakhulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Uyabonake, ngiyakukwenza ube mncane kwabezizwe; ubukelwe phansi ngokwedlulele.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Bheka, ngikwenze waba mncane phakathi kwezizwe; udelelekile kakhulu.

Gade chapit la Kopi




Obadiya 1:2
9 Referans Kwoze  

NguJehova Sebawoti okucebileyo ukuba konakaliswe ukuziphakamisa kwabo bonke ubukhosi, badeleleke bonke abadumileyo bomhlaba.


U-Edomi uyakuba yifa; uSeyiri uyakuba yifa naye, owayengowezitha zakhe, u-Israyeli esenza okubuqhawe.


Isitha sami siyakukubona, sisitshekelwe ngamahloni, esona besithi kimi: “Uphi uJehova uNkulunkulu wakho?” Amehlo ami ayakusibona; manje siyakunyathelwa njengodaka lwasezitaladini.


Liyakuba phansi emibusweni, alisayikuziphakamisa phezu kwezizwe; futhi ngizakubanciphisa ukuba bangabusi izizwe.


“Ngokuba bheka, ngiyakukwenza ube mncane phakathi kwezizwe, udelelwe phakathi kwabantu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite