Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 8:25 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Khona waphinda wabeka izandla phezu kwamehlo ayo, yabhekisisa, yasinda, yabonisisa konke.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

25 Waphinda futhi wabeka izandla zakhe emehlweni ayo, yavula amehlo, yasinda, yabonisisa konke ngokucacileyo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

25 Emva kwalokho wabuye wabeka izandla phezu kwamehlo aso, wasiphakamisa, sasisindiswa, sababona bonke kahle.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Emva kwalokho wabuye wabeka izandla phezu kwamehlo aso, wasiphakamisa, sasisindiswa, sababona bonke kahle.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 8:25
9 Referans Kwoze  

kepha khulani emseni nasekwazini iNkosi noMsindisi wethu uJesu Kristu. Inkazimulo mayibe kuye namanje nakuze kube lusuku lwaphakade.


Umkhondo wabalungileyo unjengokukhanya kokusa okuqhubeka ngokukhanya njalo kuze kube semini.


kepha nina niluhlanga olukhethiweyo, ubupristi obobukhosi, isizwe esingcwele, abantu abazuziweyo, ukuze nishumayele ubukhosi balowo owanibiza niphume ebumnyameni, ningene ekukhanyeni kwakhe okumangalisayo;


ngethembile ngempela yona le nto ukuthi owaqala umsebenzi omuhle kinina uyakuwufeza kuze kube lusuku lukaKristu Jesu,


Ngokuba yilowo nalowo onakho uyakuphiwa, kuvame; kodwa lowo ongenakho uyakwamukwa nalokho anakho.


Yabheka, yathi: “Ngibona abantu, ngibabona behamba; kungathi yizihlahla.”


Wayithumela ekhaya layo, wathi: “Ungangeni emzini wabantu.”


Bathi besagqolozela ezulwini emuka, bheka, amadoda amabili ayemi kubo, embethe izingubo ezimhlophe,


Yona yamuzwa uPawulu ekhuluma. Yena eyigqolozela wabona ukuthi inokukholwa kokuba iphiliswe,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite