Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 8:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Ninamehlo aniboni yini, ninezindlebe anizwa na? Anikhumbuli yini

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Ninamehlo, kodwa aniboni yini, ninezindlebe kodwa anizwa na? Anisakhumbuli yini

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

18 Ninamehlo, aniboni na? Ninezindlebe anizwa na? anikhumbuli na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Ninamehlo, aniboni na? Ninezindlebe anizwa na? anikhumbuli na?

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 8:18
15 Referans Kwoze  

Yizwani lokhu nina bantu eniyiziwula neningenakuqonda, eninamehlo, ningaboni kodwa, eninezindlebe, ningezwa kodwa.


ukuze ngokubona babone, bangabonisisi, nangokuzwa bezwe, bangaqondi, funa baphenduke, bathethelelwe.”


“Ndodana yomuntu, wena uhlala phakathi kwendlu ehlubukayo nabanamehlo okubona bengaboni kodwa, abanezindlebe zokuzwa bengezwa nokho, ngokuba bayindlu ehlubukayo.


“Uphuphuthekisile amehlo abo, wayenza lukhuni inhliziyo yabo, funa babone ngamehlo, baqonde ngenhliziyo, baphenduke, ngibaphulukise.”


njengalokho kulotshiwe ukuthi: “UNkulunkulu wabanika umoya wobuthongo, amehlo okungaboni, nezindlebe zokungezwa, kuze kube lusuku lwanamuhla.”


Abazi, abaqondi, ngokuba unamekile amehlo abo ukuze bangaboni, nezinhliziyo zabo ukuze bangaqondi.


kepha uJehova akaninikanga inhliziyo yokwazi, namehlo okubona, nezindlebe zokuzwa kuze kube namuhla.


Amehlo abo mawafiphale, ukuze bangaboni; izinkalo zabo zintengezele njalo.


Ngakho-ke ngiyakuba yilokhu nginikhumbuza njalo ngalezo zinto, nakuba nizazi, nime niqinile eqinisweni elikhona.


Anikhumbuli yini ukuthi ngisekhona kini nganitshela lokho na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite