Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 7:29 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 Wayesethi kuye: “Ngenxa yalelo zwi, hamba-ke; idemoni seliphumile endodakazini yakho.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

29 Wayesethi kuye: “Ngenxa yaleli lizwi, hamba; idimoni seliphumile endodakazini yakho.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

29 Wathi kuye: “Ngenxa yalelo zwi hamba; idemoni liphumile endodakazini yakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

29 Wathi kuye: “Ngenxa yalelo zwi hamba; idemoni liphumile endodakazini yakho.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 7:29
7 Referans Kwoze  

“Babusisiwe abampofu emoyeni, ngokuba umbuso wezulu ungowabo.


Zonke lezi zinto zenziwe yisandla sami, kwavela kanjalo konke lokhu,” usho uJehova. “Kepha yilowo engiyakubheka kuye: ohluphekayo nonomoya ochobozekileyo, othuthumela ngezwi lami.


owenza isono ungokaSathane, ngokuba uSathane uyona kwasekuqaleni. INdodana kaNkulunkulu yabonakaliswa ngalokhu, ukuze ichithe imisebenzi kaSathane.


Kodwa waphendula, wathi kuye: “Yebo, Nkosi; kepha nezinjana zidla imvuthuluka yabantwana phansi kwetafula.”


Wayesemuka, waya endlini yakhe, wafumana umntwana elele embhedeni, idemoni liphumile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite