Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 7:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Izwi likaNkulunkulu nilenza libe yize ngesiko lenu enilivezileyo; nokunye okuningi okunjalo niyakwenza.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Nilenza ize izwi likaNkulunkulu ngenxa yesiko lenu enalamukelayo, nokunye okuningi okunjalo enikwenzayo.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

13 Nenza izwi likaNkulunkulu libe yize ngesiko lenu enilivezileyo, neziningi ezinjalo niyazenza.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Nenza izwi likaNkulunkulu libe yize ngesiko lenu enilivezileyo, neziningi ezinjalo niyazenza.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 7:13
14 Referans Kwoze  

Wayesethi kubo: “Yebo, nichitha umyalo kaNkulunkulu ukuba nigcine isiko lenu.


benganaki izinganekwane zabaJuda nemiyalo yabantu abafulathela iqiniso.


Noma ngimlobela imithetho yami kaningi, iyashaywa okungaziwayo.


Emthethweni-ke nasebufakazini! Impela leli zwi abalikhulumayo alinakho ukusa.


ngokuba abaFarisi kanye nabaJuda bonke abadli bengahlambisisanga izandla, bebamba isiko labadala;


akayikwazisa uyise noma unina; kanjalo nilenze laba yize izwi likaNkulunkulu ngesiko lenu.


“Bheka, uma ezala indodana ebona zonke izono zikayise azenzileyo, ibone ingenzi njengazo:


nomhawu, nokudakwa, nokuxokozela, nokunjalo engandulela ukunitshela ngakho, njengokuba senganitshela ukuthi abenza okunje abayikulidla ifa lombuso kaNkulunkulu.


abaFarisi nababhali bambuza bathi: “Abafundi bakho abahambi ngani ngesiko labadala, kepha badla isinkwa ngezandla ezimbi na?”


anisamvumeli ukuba enzele uyise noma unina utho.


Khona wabuye wabiza isixuku, wathi kuso: “Ngizweni nonke, niqonde.


futhi ebuJudeni ngabadlula abaningi abayintanga yami kwabakithi, ngishisekela kakhulu kunabo amasiko awokhokho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite