Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 6:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Wayengenakwenza lapho nowodwa umsebenzi wamandla ngaphandle kokuthi wabeka izandla phezu kwabagulayo abayingcosana, wabaphulukisa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Akakwazanga ukwenza lapho nesisodwa isimangaliso, ngaphandle nje kokubeka izandla phezu kwabagulayo abayingcosana; wabaphulukisa.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Wayengenakwenza khona umsebenzi wamandla lapho, kuphela wabeka izandla phezu kwabagulayo abayingcosana, wabaphulukisa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Wayengenakwenza khona umsebenzi wamandla lapho, kuphela wabeka izandla phezu kwabagulayo abayingcosana, wabaphulukisa.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 6:5
8 Referans Kwoze  

Akenzanga lapho imisebenzi eminingi yamandla ngenxa yokungakholwa kwabo.


UJesu wayesethi kuye: “Uma unamandla! Konke kungenzeka kokholwayo.”


wamncenga kakhulu, wathi: “Indodakazi yami isiyalela; ake uze, ubeke izandla phezu kwayo ukuba isindiswe, iphile.”


Ngokuba phela nathi sashunyayezwa ivangeli njengabo; kepha izwi abalizwayo alibasizanga bona, lokhu lingahlangananga nabezwayo ngokukholwa.


Kepha shesha ubalekele khona, ngokuba ngingenze lutho, ungakafiki khona.” Ngalokho umuzi wabizwa ngokuthi iSowari.*


Esebona ukuthi akamahluli, wathinta esikhoxeni senyonga yakhe, waphinyazeka uJakobe esikhoxeni senyonga esebambene naye.


Kepha uyise kaPhubiliyu wayelele phansi ephethwe ngumkhuhlane nembo; uPawulu wangena kuye, wakhuleka, wabeka izandla phezu kwakhe, wamphilisa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite