Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 6:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 kwangena indodakazi kaHerodiya uqobo, yasina, yajabulisa uHerode nababehlezi naye. Inkosi yayisithi entombazaneni: “Cela kimi noma yini okuthandayo, ngizakukunika.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 kwase kungena indodakazi kaHerodiya; yasina, yajabulisa uHerode nababehleli naye. Inkosi yathi entombazaneni: “Cela kimi noma yini oyithandayo, ngizakukunika yona.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

22 Kwathi ingena indodakazi kaHerodiya lowo, yasina, yamjabulisa uHerode nababehlezi naye.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Kwathi ingena indodakazi kaHerodiya lowo, yasina, yamjabulisa uHerode nababehlezi naye.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 6:22
6 Referans Kwoze  

Kepha ngosuku lokuzalwa kukaHerode indodakazi kaHerodiya yasina phambi kwabo, yamjabulisa uHerode,


UBelishasari esalinambitha iwayini wayaleza ukuba kulethwe izitsha zegolide nezesiliva, uNebukadinesari uyise ayezikhiphe ethempelini laseJerusalema, ukuba inkosi nezikhulu zayo, nawomkayo, nezancinza zayo baphuze ngazo.


‘Sinibethele imitshingo, anisinanga; salilisela, anikhalanga.’


Ngokuba uHerode wayembambile uJohane, wambopha, wamfaka etilongweni ngenxa kaHerodiya umkaFiliphu umfowabo,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite