Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 5:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Ngesikhathi sonke ubusuku nemini wayesemathuneni nasezintabeni, ememeza, ezilimaza ngamatshe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Wayesehlala njalo ubusuku nemini esemathuneni nasezintabeni, ememeza, futhi ezilimaza ngamatshe.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Njalo ubusuku nemini wayesezintabeni nasemathuneni ememeza, ezisika ngamatshe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Njalo ubusuku nemini wayesezintabeni nasemathuneni ememeza, ezisika ngamatshe.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 5:5
5 Referans Kwoze  

Base bememeza ngezwi elikhulu, bazisika ngawomese nangemikhonto ngomthetho wabo, kwaze kwatshaza igazi kubo.


Nina ningabakayihlo uSathane, nithanda ukwenza izinkanuko zikayihlo. Yena wayengumbulali wabantu kwasekuqaleni, akemi eqinisweni, ngokuba iqiniso lingekho kuye. Nxa ekhuluma amanga, ukhuluma okungokwakhe, lokhu engumqambimanga noyise wawo.


ngokuba wayeseboshwe kaningi ngawozankosi nangamaketanga, kepha amaketanga ayegqashuliwe nguye nawozankosi babephuliwe, kungekho noyedwa owayenamandla okumthambisa.


Wathi ukuba ambone uJesu esekude, wagijima, wakhuleka kuye;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite