Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 5:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Khona uJesu esebuye ewelele ngaphesheya ngomkhumbi, kwabuthana isixuku esikhulu kuye engaselwandle.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Kuthe uJesu esewelele ngaphesheya futhi ngesikebhe, kwabuthana izindimbane zabantu kuye, engasolwandle.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

21 Kwathi uJesu esephinde wawelela ngaphesheya ngomkhumbi, kwabuthana kuye isixuku esikhulu;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Kwathi uJesu esephinde wawelela ngaphesheya ngomkhumbi, kwabuthana kuye isixuku esikhulu;

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 5:21
5 Referans Kwoze  

Wayesengena emkhunjini, wawela, weza emzini wakubo.


Kepha ekubuyeni kwakhe uJesu isixuku samthakazela; ngokuba bonke babembhekile.


Khona wabuye waqala ukufundisa ngaselwandle. Kwabuthana kuye isixuku esikhulu kakhulu, waze wangena emkhunjini, wahlala elwandle; isixuku sonke sasisemhlabathini ngaselwandle.


Base bemukisa isixuku, bahamba naye, njengalokho ebesemkhunjini; kwakukhona neminye imikhumbi ihambisana naye.


Esephume emkhunjini, kwahlangana naye masinyane umuntu ovela emathuneni, enomoya ongcolileyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite