Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 5:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Ababekubonile babatshela ukuthi kwenzeke kanjani kowayekhwelwe ngamademoni, nangezingulube.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Labo ababezibonele ngawabo, babalandisa ukuthi kwenzekeni kulowo muntu owayenamadimoni, nokwenzeka ezingulubeni.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

16 Lababekubonile babalandisa ukuthi kwenzeke kanjani kowayekhwelwe ngamademoni nangezingulube.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Lababekubonile babalandisa ukuthi kwenzeke kanjani kowayekhwelwe ngamademoni nangezingulube.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 5:16
4 Referans Kwoze  

Udumo lwakhe lwezwakala ezweni lonke laseSiriya; baletha kuye bonke abagulayo abaphethwe yizifo ngezifo nobuhlungu, nabakhwelwe ngamademoni, nabanesithuthwane, nabafe uhlangothi, wabaphulukisa.


Ekuphumeni kwazo, bheka, kwalethwa kuye isimungulu esinedemoni.


Bafika kuJesu, bambona obekhwelwe ngamademoni ehlezi embethe, esangulukile, yena owayenelegiyona;* base besaba.


Wathi ukuba angene emkhunjini, lowo owayekhwelwe ngamademoni wamncenga ukuba abe naye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite