Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 4:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Kwathi ukuba liphume ilanga, yahamuka; nangokuba ingenampande, yabuna.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Ekuphumeni kwelanga yantshwama, ngokuba izimpande zayo zazingajulile; yabuna.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

6 Kodwa seliphumile ilanga, lahangulwa; futhi ngenxa yokuthi yayingenampande, yabuna.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Kodwa seliphumile ilanga, lahangulwa; futhi ngenxa yokuthi yayingenampande, yabuna.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 4:6
15 Referans Kwoze  

Ngokuba ilanga liphuma libalele, libunisa utshani, imbali yabo iwele phansi, nobuhle besimo sabo bunyamalale; kanjalo nesicebi siyakudlula ezindleleni zaso.


Kabasayikulamba, kabasayikoma kabasoze bahlatshwa yilanga nakushisa kuni,


Yilabo abayizisihla emadilini enu othando bedla nani, bengesabi, baziklabisa; bangamafu angenamanzi, aqhutshwa yimimoya; bayimithi yasebusika engenazithelo, efe kabili, isishuliwe;


nangayo yonke inkohliso yokungalungi kwababhubhayo, ngenxa yokuba bengavumanga ukuthanda iqiniso, ukuze basindiswe.


nigxilile, nakhiwe kuye, niqinisiwe ekukholweni, njengalokho nifundisiwe, nivame ukubonga.


uKristu ahlale ezinhliziyweni zenu ngokukholwa, ukuze nigxile, nisekelwe othandweni,


Kwathi ekuphumeni kwelanga uNkulunkulu walungisela umoya oshisayo wasempumalanga; ilanga lashaya ekhanda likaJona, waba nesiyezi, wazicelela ukuba afe, wathi: “Kungcono kimi ukufa kunokuphila.”


Ngokuba ubuyinqaba kwabampofu, inqaba kwabaswelayo ekucindezelweni kwabo, isiphephelo esivunguvungwini, umthunzi ekubaleleni, ngokuba umoya waba nonya, unjengesivunguvungu odongeni,


Ningangibuki ukuthi ngimnyamana, ngokuba ilanga lingifusile. Amadodana kamame angifutha, angenza umlindizivini, kepha isivini esingesami angisilindanga.


Kodwa seliphumile ilanga, yahwamuka; nangokuba ingenampande, yabuna.


Enye yawela edwaleni, lapho yayingenamhlabathi omningi khona; yamila masinyane, ngokuba ingenamhlabathi ojulileyo.


Enye yawela emeveni; ameva akhula, ayiminyanisa, ayaze yathela isithelo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite