Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 4:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Kwathi ekuhlwanyeleni kwakhe enye imbewu yawela ngasendleleni; kwafika izinyoni, zayidla zayiqeda.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Kwathi ehlwanyela imbewu, enye yawela ngasendleleni; kwafika izinyoni, zayidla, zayiqeda.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

4 Kwathi ekuhlanyeleni kwakhe, enye yawela ngasendleleni, kweza izinyoni zezulu, zayidla zayiqeda.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Kwathi ekuhlanyeleni kwakhe, enye yawela ngasendleleni, kweza izinyoni zezulu, zayidla zayiqeda.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 4:4
8 Referans Kwoze  

Yilowo nalowo olizwa izwi lombuso engaliqondi ufikelwa ngomubi ohlwitha okuhlwanyelwe enhliziyweni yakhe. Yilowo ohlwanyelwe ngasendleleni.


Abangasendleleni yilabo abathi lapho kuhlwanyelwa khona izwi, nanxa sebelizwile, kufike masinyane uSathane, alisuse izwi elihlwanyelwe kubo.


Ekuhlwanyeleni kwakhe enye imbewu yawela ngasendleleni; kwafika izinyoni, zayidla zayiqeda.


Amanqe ehlela phezu kwezidumbu; u-Abrama wawaxosha.


Abangasendleleni yilabo abathi sebezwile, bese kufika uSathane, alisuse izwi enhliziyweni yabo ukuba bangakholwa, basindiswe.


“Kwaphuma umhlwanyeli ukuyohlwanyela imbewu yakhe. Ekuhlwanyeleni kwakhe enye yawela ngasendleleni; yanyathelwa, izinyoni zezulu zayidla, zayiqeda.


“Lalelani; bhekani, kwaphuma umhlwanyeli ukuyohlwanyela.


Enye yawela edwaleni, lapho yayingenamhlabathi omningi khona; yamila masinyane, ngokuba ingenamhlabathi ojulileyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite