Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 4:36 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

36 Base bemukisa isixuku, bahamba naye, njengalokho ebesemkhunjini; kwakukhona neminye imikhumbi ihambisana naye.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

36 Base besishiya isixuku, bahamba naye njengoba ayesesikebheni, kwakunezinye izikebhe ezabe zihambisana kanye naye.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

36 Sebemukisile isixuku, bamthatha esemkhunjini. Kwakukhona neminye imikhumbi emincane kanye naye.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

36 Sebemukisile isixuku, bamthatha esemkhunjini. Kwakukhona neminye imikhumbi emincane kanye naye.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 4:36
8 Referans Kwoze  

Khona wabuye waqala ukufundisa ngaselwandle. Kwabuthana kuye isixuku esikhulu kakhulu, waze wangena emkhunjini, wahlala elwandle; isixuku sonke sasisemhlabathini ngaselwandle.


Wayeseyala abafundi bakhe ukuba isikebhe simlindele ngenxa yesixuku sabantu, ukuze bangamcindezeli,


Esephume emkhunjini, kwahlangana naye masinyane umuntu ovela emathuneni, enomoya ongcolileyo.


Khona uJesu esebuye ewelele ngaphesheya ngomkhumbi, kwabuthana isixuku esikhulu kuye engaselwandle.


Wayesengena emkhunjini; abafundi bakhe bamlandela.


Kwase kuvuka isivunguvungu esikhulu somoya, amaza aphonseka phakathi emkhunjini, umkhumbi waze waqala ukugcwala.


Base bemuka ngomkhumbi, baya endaweni eyihlane bebodwa.


Kwathi-ke ngolunye lwalezo zinsuku wangena emkhunjini, yena kanye nabafundi bakhe, wathi kubo: “Asiwele siye ngaphesheya kolwandle.” Basuka-ke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite