Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 4:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Wabafundisa okuningi ngemifanekiso; wathi kubo ekufundiseni kwakhe:

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Wabafundisa okuningi ngemizekeliso, ethi kubo ngenkathi ebafundisa:

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

2 Wabafundisa izinto eziningi ngemifanekiso, wakhuluma kubo ekufundiseni kwakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Wabafundisa izinto eziningi ngemifanekiso, wakhuluma kubo ekufundiseni kwakhe.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 4:2
15 Referans Kwoze  

Wathi kubo: “Nina niphiwe imfihlakalo yombuso kaNkulunkulu, kodwa abangaphandle benzelwa konke ngemifanekiso,


Wayesebabiza, wakhuluma kubo ngemifanekiso, ethi: “USathane angakhipha kanjani uSathane na?


Kwase kufika abafundi bakhe, bathi kuye: “Ukhulumelani kubo ngemifanekiso na?”


Wakhuluma kubo okuningi ngemifanekiso, wathi: “Bhekani, kwaphuma umhlwanyeli ukuyohlwanyela.


Ekufundiseni kwakhe wathi: “Xwayani ababhali abathanda ukuhamba bembethe izingubo ezinde, nokubingelelwa ezigcawini,


Kwathi uJesu eseqedile lawo mazwi, izixuku zamangala ngokufundisa kwakhe;


Ngizakuvula umlomo wami ngomfanekiso, ngibonakalise izimfihlakalo zasendulo.


Ngizakubeka indlebe yami kuso isaga, ngiphenye imfumbe yami ngehabhu.*


Kepha umpristi omkhulu wabuza uJesu ngabafundi bakhe nangemfundiso yakhe.


“Lalelani; bhekani, kwaphuma umhlwanyeli ukuyohlwanyela.


Wasuka lapho, weza emikhawulweni yaseJudiya nangaphesheya kweJordani; izixuku zabuye zabuthana kuye, waphinda wabafundisa abantu njengokujwayela kwakhe.


Wayeseqala ukukhuluma kubo ngemifanekiso, ethi: “Umuntu watshala isivini, wasibiyela ngothango, wemba isikhamo, wakha isiqongo sokulinda, wasiqashisa kubalimi, waya kwelinye izwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite