Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 4:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Lapho esengasesitha, ababe naye kanye nabayishumi nambili bambuza ngale mifanekiso.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Kwathi eseyedwa, ababenaye nabali-12 bambuza ngale mizekeliso.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

10 Eseyedwa, ababemphahlile kanye nabayishumi nambili bambuza ngomfanekiso.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Eseyedwa, ababemphahlile kanye nabayishumi nambili bambuza ngomfanekiso.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 4:10
9 Referans Kwoze  

kodwa ngaphandle komfanekiso kakhulumanga kubo; kepha sebebodwa wabachasisela abafundi bakhe konke.


Kuthe esengene endlini, evela esixukwini, abafundi bakhe bambuza ngalowo mfanekiso.


Khona wazishiya izixuku, weza endlini. Basondela kuye abafundi bakhe, bathi: “Sichasisele umfanekiso wokhula ensimini.”


Ohamba nabahlakaniphileyo uyakuhlakanipha, kepha umngane weziwula uyakushoshozelwa yizo.


Wakhuluma kubo okuningi ngemifanekiso, wathi: “Bhekani, kwaphuma umhlwanyeli ukuyohlwanyela.


Wayesethi: “Onezindlebe zokuzwa makezwe.”


Wathi kubo: “Nina niphiwe imfihlakalo yombuso kaNkulunkulu, kodwa abangaphandle benzelwa konke ngemifanekiso,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite