Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 3:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Wayeseyala abafundi bakhe ukuba isikebhe simlindele ngenxa yesixuku sabantu, ukuze bangamcindezeli,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 UJesu wayesebatshela abafundi bakhe ukuba bamlungisele isikebhe ngenxa yesixuku, ukuze singamminyanisi.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

9 Wasekhuluma kubafundi bakhe ukuthi umkhunjana umlinde ngenxa yexuku, hlezi bammpitshe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Wasekhuluma kubafundi bakhe ukuthi umkhunjana umlinde ngenxa yexuku, hlezi bammpitshe.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 3:9
9 Referans Kwoze  

Ngakho-ke uJesu azi ukuthi bazakuza, bambambe, bambeke inkosi, wamonyukela futhi entabeni yena yedwa.


Wanele ukuzwa uJesu phakathi kwakhe ukuthi amandla aphumile kuye, waphendukela esixukwini, wathi: “Ngubani othinte izingubo zami na?”


Esezimukisile izixuku wangena emkhunjini, wafika emikhawulweni yaseMagadana.


Khona wabuye waqala ukufundisa ngaselwandle. Kwabuthana kuye isixuku esikhulu kakhulu, waze wangena emkhunjini, wahlala elwandle; isixuku sonke sasisemhlabathini ngaselwandle.


Base bemukisa isixuku, bahamba naye, njengalokho ebesemkhunjini; kwakukhona neminye imikhumbi ihambisana naye.


Esephume emkhunjini, kwahlangana naye masinyane umuntu ovela emathuneni, enomoya ongcolileyo.


Base bemuka ngomkhumbi, baya endaweni eyihlane bebodwa.


Kwathi isixuku simbunganyela ukuba sizwe izwi likaNkulunkulu, wayemi ngaselwandle lwaseGenesaretha,


Esengene komunye wemikhumbi ongokaSimoni wamcela ukuba asuke kancane emhlabathini. Wahlala phansi, wabafundisa abantu esemkhunjini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite