Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 3:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Wamisa abayishumi nambili ukuba babe naye nokuba abathume baye kushumayela,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 Waqoka abali-12, ababiza futhi ngabaphostoli ukuze babenaye, nokuba aphinde abathume ukuba bayoshumayela,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

14 Wasemisa abalitshumi lambili, ukuthi babe laye, lokuthi abathume ukuyatshumayela;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Wasemisa abalitshumi lambili, ukuthi babe laye, lokuthi abathume ukuyatshumayela;

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 3:14
11 Referans Kwoze  

kodwa nizakwamukeliswa amandla, uMoya oNgcwele esefikile phezu kwenu, nibe ngofakazi bami eJerusalema, naseJudiya lonke, naseSamariya kuze kube sekugcineni komhlaba.”


Aningikhethanga nina, kodwa mina nginikhethile nina, nganibeka ukuba niphume, nithele izithelo, nezithelo zenu zihlale ukuba noma yini eniyakukucela kuBaba egameni lami aninike khona.


UPawulu, umphostoli ongaveli kubantu noma ngomuntu, kodwa ngoJesu Kristu noNkulunkulu uYise owamvusa kwabafileyo,


kushunyayelwe egameni lakhe ukuphenduka, kube ngukuthethelelwa kwezono ezizweni zonke, kuqalwe eJerusalema.


Wayesenyukela entabeni, wabizela kuye abebafuna yena; beza kuye.


babe namandla okukhipha amademoni.


Abaphostoli babuthana kuJesu, bambikela ababekwenzile nababekufundisile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite