Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 3:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Wabayalisisa ukuba bangamzwakalisi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 UJesu wabayalisisa omoya ababi ukuba bangalokothi bakudalule ukuthi ungubani.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

12 Wasebalaya kakhulu ukuthi bangamenzi aziwe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Wasebalaya kakhulu ukuthi bangamenzi aziwe.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 3:12
6 Referans Kwoze  

Wabayalisisa ukuba bangamzwakalisi,


Waphulukisa abaningi abaphethwe yizifo ngezifo, wakhipha amademoni amaningi, wayengawavumeli amademoni ukukhuluma, ngokuba ayemazi.


UJesu wamkhuza wathi: “Thula, uphume kuye!”


UJesu wayesethi kuye: “Bheka, ungatsheli muntu, kepha hamba uzibonakalise kumpristi, uyise umnikelo owayalelwa nguMose, kube ngubufakazi kubo.”


Yakwenza lokho izinsuku eziningi. Kepha uPawulu esecasukile waphenduka, wathi kumoya: “Ngiyakuyala egameni likaJesu Kristu ukuba uphume kuyo.” Wayesephuma ngaso leso sikhathi.


Ayesevuleka amehlo azo. UJesu waziyalisisa, wathi: “Qaphelani ukuba kungaziwa muntu.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite